Umbuzo omude noveli

Xoxa ngempumelelo yombhali ekwethuleni isakhiwo sale Noveli ethi Zihlangene phezulu. Nakhu okumele ukuchaze njengomfundi:

Kumele uqale wazi kuqala ukuthi siyini isakhiwo senoveli well we all know ukuthi inovele inesingeniso where khona sivezelwa umlingi omkhulu nenkinga abhekene nayo ilokhu ikhula inkinga yakhe .....bese siba nomzimba lakhona sisuke sithola isisusa sodweshu ize indaba file kuvutho ndaba lapho sekuzotholakala wonke amaqiniso. Beseke kubakhona isiphetho lapho umlingiswa omkhulu esethola isixazululo salenkinga abebhekene nayo...angaz noma uyachazeleka yini

Uzobe usuyachaza ke mayelana naleyo noveli ibahlangene phezulu ukuthi esingenisweni sayo niyathulelwa yin umlingiswa omkhulu ubani igama lakhe usuke ebhekene nayiphi. Bese uyasho isisusa sodweshu lakhona izinkinga zakhe zilokhu zandanda ... Bese isiphetho usuyasho ukuthi ugcina ekwazile yin ukuxazulula inkinga yakhe ....... Ungafaka isizinda sayo I novel just to add if ama maki emaning Sona isizinda sihlukene ka thathi indawo indaba eyenzeka kuyo , isimo senhlalo inkathi indaba eyenzeka kuyo

Isakhiwo se noveli Okokuqala nikeza incazelo yesakhiwo ukuthi siyini.(isingeniso sakho lesi) Uchaze isingeniso senoveli , umzimba Kanye nesiphetho(konke lokhu ukwenza umzimba) Bese ekugcineni uncoma impumelelo yombhali ekuthuleni isakhiwo salenoveli (isiphetho sakho Ke lesi)

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Can I get an review of this novel that starts from a beginning of this novel to the body and lastly the conclusion
167 posts
Reply
?
 

Funda uqhubeke

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo